Warning
-
WORD Research this...Jeremiah 28
- 1 Kwasekusithi ngalowomnyaka, ekuqaleni kokubusa kukaZedekhiya inkosi yakoJuda, ngomnyaka wesine, ngenyanga yesihlanu, uHananiya indodana kaAzuri umprofethi owayengoweGibeyoni wakhuluma kimi endlini yeNkosi emehlweni abapristi labantu bonke, esithi:
- 2 Itsho njalo iNkosi yamabandla, uNkulunkulu kaIsrayeli, isithi: Ngilephulile ijogwe lenkosi yeBhabhiloni.
- 3 Kusesephakathi kweminyaka emibili yezinsuku ngizabuyisela kulindawo izitsha zonke zendlu yeNkosi, uNebhukadinezari inkosi yeBhabhiloni azisusa kulindawo wazisa eBhabhiloni.
- 4 Futhi uJekoniya indodana kaJehoyakhimi inkosi yakoJuda, labo bonke abathunjwa bakoJuda, abaya eBhabhiloni, ngizababuyisela kulindawo, itsho iNkosi; ngoba ngizalephula ijogwe lenkosi yeBhabhiloni.
- 5 Wasekhuluma uJeremiya umprofethi kuHananiya umprofethi emehlweni abapristi lemehlweni abantu bonke ababemi endlini yeNkosi;
- 6 uJeremiya umprofethi wasesithi: Ameni! INkosi kayenze njalo, iNkosi kayiqinise amazwi akho owaprofethileyo, ukuthi ibuyise izitsha zendlu yeNkosi, labo bonke abathunjwa, kusuke eBhabhiloni kuze kulindawo.
- 7 Kodwa ake uzwe lelilizwi engilikhuluma endlebeni zakho lendlebeni zabo bonke abantu:
- 8 Abaprofethi ababephambi kwami lababephambi kwakho kwasendulo baprofetha bemelene lamazwe amanengi bemelene lemibuso emikhulu, ngempi langobubi langomatshayabhuqe wesifo.
- 9 Umprofethi oprofetha ngokuthula, lapho ilizwi lomprofethi selifikile, lowomprofethi uzakwaziwa ukuthi iNkosi imthumile ngeqiniso.
- 10 Umprofethi uHananiya waselisusa ijogwe entanyeni kaJeremiya umprofethi, walephula.
- 11 UHananiya wasekhuluma emehlweni abantu bonke esithi: Itsho njalo iNkosi: Ngokunjalo ngizalephula ijogwe likaNebhukadinezari inkosi yeBhabhiloni ngilisuse entanyeni yezizwe zonke kusesephakathi kweminyaka emibili yezinsuku. UJeremiya umprofethi wasehamba ngendlela yakhe.
- 12 Laselifika ilizwi leNkosi kuJeremiya, emva kokuthi uHananiya umprofethi esephulile ijogwe elisusa entanyeni kaJeremiya umprofethi, lisithi:
- 13 Hamba uyetshela uHananiya usithi: Itsho njalo iNkosi: Wephulile amajogwe esigodo; kodwa uzawenza amajogwe ensimbi endaweni yawo.
- 14 Ngoba itsho njalo iNkosi yamabandla, uNkulunkulu kaIsrayeli: Ngigaxile ijogwe lensimbi entanyeni yazo zonke lezizizwe ukuze zisebenzele uNebhukadinezari inkosi yeBhabhiloni; futhi zizamsebenzela, njalo ngimnikile lezinyamazana zeganga.
- 15 UJeremiya umprofethi wasesithi kuHananiya umprofethi: Ake uzwe, Hananiya; iNkosi kayikuthumanga, kodwa wena wenza lababantu ukuthi bathembe amanga.
- 16 Ngakho itsho njalo iNkosi: Khangela, ngizakuxotsha ebusweni bomhlaba; lonyaka uzakufa, ngoba ukhulumile ukuhlamuka umelene leNkosi.
- 17 Wafa-ke uHananiya umprofethi ngalowomnyaka ngenyanga yesikhombisa.
-
-
King James Version (kjv)
- Afrikaans
- Albanian
- Arabic
- Armenian
- Basque
- Breton
- Calo
- Chamorro
- Cherokee
- Chinese
- Coptic
- Croatian
- Czech
- Danish
- Dari
- Dutch
-
English
American King James Version (akjv) American Standard Version (asv) Basic English Bible (basicenglish) Douay Rheims (douayrheims) John Wycliffe Bible (c.1395) (wycliffe) King James Version (kjv) King James Version (1769) with Strongs Numbers and Morphology and CatchWords, including Apocrypha (without glosses) (kjva) Webster's Bible (wb) Weymouth NT (weymouth) William Tyndale Bible (1525/1530) (tyndale) World English Bible (web) Young's Literal Translation (ylt)
- English and Klingon.
- Esperanto
- Estonian
- Finnish
- French
- German
- Gothic
- Greek
- Greek Modern
- Hebrew
- Hungarian
- Italian
- Japanese
- Korean
- Latin
- Latvian
- Lithuanian
- Malagasy
- Malayalam
- Manx Gaelic
- Maori
- Mongolian
- Myanmar Burmse
- Ndebele
- Norwegian bokmal
- Norwegian nynorsk
- Pohnpeian
- Polish
- Portuguese
- Potawatomi
- Romanian
- Russian
- Scottish Gaelic
- Serbian
- Shona
- Slavonic Elizabeth
- Spanish
- Swahili
- Swedish
- Syriac
- Tagalog
- Tausug
- Thai
- Tok Pisin
- Turkish
- Ukrainian
- Uma
- Vietnamese
-
-
Active Persistent Session:
To use a different persistent session key, simply add it above, and click the button below.
How This All Works
Your persistent session key, together with your favourite verse, authenticates you. It links to all your notes and tags in the Bible. You can share it with loved ones so they can see your notes and tags.
However, to modify your notes and tags, you need both the persistent session key and your favourite verse.
Please Keep Your Favourite Verse Private
Your persistent session key and favourite verse provide you exclusive access to edit your notes and tags. Think of your persistent session key as a username and your favourite verse as a password. Therefore, ensure your favourite verse is kept private.
The persistent session key allows viewing, while editing is only possible when the correct favourite verse is provided.
-
Loading...
-
Favourite Verse
You should select one of your favourite verses.
This verse in combination with your session key will be used to authenticate you in the future.
This is currently the active session key.
Should you have another session key from a previous session.
You can add it here to load your previous session.